Incazelo yencwadi:
Izingane eziningi zinephupho lokuba amaqhawe. Kulencwadi yezingane, uRon kanye nomngani wakhe omkhulu, uMaya, bahamba uhambo olujabulisayo lokuba amaqhawe. Bafunda imithetho ebalulekile yobuqhawe ebasiza ukuba baqede umsebenzi wabo wokuqala. Basebenza ndawonye ukusiza umfowabo ka-Maya, bafunda izinto ezintsha ngabo. Engabe nawe uyafuna ukuba yiqhawe?